Cifra Club

Umona (feat. Mpumi)

TNS

Ainda não temos a cifra desta música.

Basidlela umona, abasa stressele bona
Bas'tshel' ukuthi angeke saphumelela
Yin' inkinga ngawe wemuntu omnyama?
Yeyi! (Hayi!)

Basidlela umona, abasa stressele bona
Bas'tshel' ukuthi angeke saphumelela
Yin' inkinga ngawe wemuntu omnyama?
Yeyi! (Hayi!)

Whoa! Sathwala kanzima
Emhlabeni, ku kulizwe
Sithwele kanzima, maye!
Sathwala kanzima
Emhlabeni, ku kulizwe
Sithwele kanzima, maye!
(Bayas'zonda)

Ah, s'thwele kanzima, maye!
Ung'zondelani, ngenzen' na?
Ah, s'thweli kanzima, maye!
Ayi! Bayang'zonda
Ayi! Nam' angazi
Ung'zondelani, ngenzeni na?
Ayi! Shwele baba!
Ngenzen' na?
Bayang'zonda

Basidlela umona, abasa stressele bona
Bas'tshel' ukuthi angeke saphumelela
Yin' inkinga ngawe wemuntu omnyama?
Yeyi! (Hayi!)

Sathwala kanzima
Emhlabeni, ku kulizwe
Sithwele kanzima, maye!

Basidlela umona, abasa stressele bona
Bas'tshel' ukuthi angeke saphumelela
Yin' inkinga ngawe wemuntu omnyama?
Yeyi!
Basidlela umona, abasa stressele bona
Bas'tshel' ukuthi angeke saphumelela
Yin' inkinga ngawe wemuntu omnyama?
Yeyi!

Whoa! Sathwala kanzima
Emhlabeni, ku kulizwe
Sithwele kanzima, maye! (Maye!)

Bayos'bona

Other videos of this song
    0 views

    Afinação da cifra

    Afinador online

    Ops (: Content available only in Portuguese.
    OK